Amaphupho ngobumpumputhe

Ukuphupha uyimpumputhe wuphawu olubi olungasho okuthi uzokwenza iphutha elikhulu ngenxa yokuziba izeluleko nemibono yabanye abantu. Ukuphupha uyimpumputhe kungasho kuthi kumele ube nesibindi ukhuleke ngoba uzobhekana nobunzima obuzodlula ngokuhamba kwesikhathi. Ukuphupha uyimpumputhe kungasho ukuthi kunezigadlo ezimbi zabathakathi ezivala ziphinde ziphazamise inhlakanipho yakho kanye nekhono lokubona nokwenza izahlulelo eziphusile ngezimo obhekana nazo. Uma uphupha impumputhe kungasho ukwentula … Read more