Amaphupho amayelana nepasi/umazisi
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha uyolanda ipasi (umazisi) ehhovisi loMnyango wezaseKhaya (Department of Home Affairs) kodwa ufice sebeshintshe usuku lokuzalwa kungaselona lolu olusesitifiketini sokuzalwa kungasho ukuthi ubaba wakho akaze azigcine zonke izimfanelo zasekhakomama lakho ngawe, lokho kwenza ukuthi ubangwe ngabaphansi. Ukuphupha ipasi lakho lidabukile noma leli eliyikhadi lephukile kungasho ukuthi kukhona ozama ukucekela phansi impilo yakho. Ukuphupha unikezwa ipasi … Read more