Umculo Wesintu

Zonke izizwe nezinhlanga zinomculo wazo ezizigqaja ngawo. Nathi ke sizwe sikaZulu sinemculo yethu yesintu esizidla ngayo futhi esiyithandayo. Umculo wesintu ke uhlukene kaningi ikakhulukazi lona ogcina ulalelwa abantu emsakazweni. Kukhona umculo wamahubo, umbhaqanga, isicathamiya, umaskandi kanye neminye yesintu njalonjalo. Noma ziningi izinhlobo zomculo wesintu ezidumile kepha ke odume kakhulu umculo kaMaskandi njengoba kuyiwona othengisa kakhulu futhi osezindlebeni zabantu abaningi. Umculo … Read more