Khuzimpi ‘Mdaka’ Shezi

Mhla zingu 9 March 2011 sibenengxoxo noMnumzane Elphas Mdingiswa Shezi owazalwa ngomhlaka 1 July 1966 ongumfowabo¬†wokugcina ezinganeni zikaMaMgwaba Shezi ozala uKhuzimpi. UKhuzimpi Raphael Shezi wazalelwa endaweni yaseMzinto esigodini saseMthethacala kwaMbiyane. Igama ayaziwa noma ebizwa ngalo izinsizwa uMdaka. Wazalwa mhlaka 9 kuNtulikazi ngonyaka ka1958. Uyise kwakunguLanga Shezi unina kunguAgnes Lali Mgwaba, babusiswa ngezingane eziyi 13. Kungabafana … Read more