isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izaga ngokuguga

Insika isidliwe umuhlwa – insika iyona emisa indlu ikakhulukazi izindlu zamaqhugwane uma iseyintsha ayidliwa nhlobo umuhlwa. Umuhlwa udla isihlahla esesesomile futhi sesisidala. Uma kuthiwa insika idliwa umuhlwa kusuke kuthiwa isihambile iminyaka kulowo muntu, usegugile. Asigugi namagxolo aso – isihlahla esingagugi namagxolo aso ngoba ngokuhamba kweminyaka ayaxebuka nobuhle baso bushabalale. Uma kuthiwe asigugi namagxolo aso kusuke … Read more