Sesha

Amaphupho ngobhontshisi

Uma uphupha udla ubhontshisi kusho ukuthi kungekudala uzohlangabezana nesiphithiphithi esizokubangela inkinga. Kodwa-ke kungasho ingcebo nenhlanhla uma ubhontshisi umningi kakhulu. iAfrika

Amaphupho ngekhabe

Uma uphupha udla ikhabe kusho ukuthi noma ikuphi ukugula okukuphethe kuzoba ngcono. iAfrika

Amaphupho ngokolo

Uma uphupha ukuthi ubona ukolo kusho ukuthi ibhizinisi lakho lizothuthuka futhi uzothola zonke izinto ozithandayo. iAfrika

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.