Ukuphupha ngamanzi kumele okubi noma ukungaqiniseki okuzwayo. Isimo esingalindelekile. Amanzi angakhombisa futhi imizwa emibi njengokwesaba noma izinhloso ezimbi. Imicabango emibi enganakekile nemizwa emibi. Izimo ezinzima eziletha ukungaqiniseki, okungajwayelekile, izithiyo, noma izinguquko ezingathandeki.
Okuhle ukuthi amanzi angamela ukuqala kabusha noma ukuba musha njengokugeza, ukuphuza amanzi, noma amanzi asebhodleleni.
Ukuphupha ngamanzi acwebile kumela ukuthula engqondweni. Ubhekane nenkinga noma isimo semizwa esinzima. Kungenzeka uzizwe ukhululekile ubona inkinga sonke isikhathi.
Ukuphupha ngamanzi angcolile kumela izimo ezimbi noma kugaqiniseki okufanele kucatshangelwe sonke isikhathi noma okwenza kube nesidingo sokuthi uhlale uqaphile. Ukuphuza amanzi angcolile kungakhombisa indlela yokuqala kabusha esengcupheni noma eyonakele. Ukuba nomuzwa wokuthi uphucwe ithuba lokwenza kangcono.
Ukuphupha ngokuba phansi kwamanzi kumela izimo zasempilweni lapho ophapheme khona lapho ozizwa ungakwazi ukumela imizwa emibi noma izinkinga. Kungezeka ukuthi wehlulwa yisimo futhi uzizwa wehlulwa imizwa yakho.
Ukuphupha ukuthi ukwazi ukuphefumula ngaphansi kwamanzi kusho imizwa ngokukwazi kwakho ukuziphatha kahle ezimweni lapho okungenasiqiniseko kuzo noma lapho okunobubi khona. Ushintsha ukuze ubhekane nezinkinga ezinzima noma ukumelana ngokuzibophezela nesimo esibi kunazo zonke empilweni yakho.
Ukuphupha ngamanzi ashisayo noma abilayo kumela ukuzizwa unobunzima bemizwa noma ukuba nezindlela zokucabanga ezimbi. Kunezinto ezikusabisayo, izinto ozithandayo, ukushawa unembeza ngoba ukuzizwa usephutheni noma okunye ukucabanga okubi okungabhalansi noma okweqile. Kungasho nokuthi unezinhloso ezimbi ngomunye umuntu omthukuthelele.
Ukuphupha ngamanzi abandayo kumela imicabango emihle enganakekile, imizwa noma izenzo ezivamile. Izinto ezinhle ungazinakile noma ongenandaba nazo.
Ukuphupha ngamanzi agelezayo kumela izimo ezimbi noma ukungaqiniseki okubonayo sonke isikhathi. Amanzi aconsayo angasho isimo esiyinkinga esiqala ukuvela.
Ukuphupha ngokuhamba phezu kwamanzi kumela ukukwazi ukuziphatha ngokwemizwa noma isimweni esinzima. Ukwazi ukubhekana nenkinga noma awunendaba nenkinga iba yinkinga.
Ukuphupha ngokungakwazi ukungena emanzini kungamela imizwa yakho yokuthi sengathi ubanjelwe emuva noma awukwazi ukubhekana nenkinga ofuna ukubhekana nayo. Okubi ukuthi kungaba uphawu lokuthi ufuna ukukhetha okunengozi, kodwa uzwa sengathi kunomuntu noma into ekubambile.
Ukuphupha ngamanzi echitheka kumela imizwa yokungaqiniseki njengoba izimo ziphuma esandleni. Ukwesaba, ukucindezeleka noma ukukhungatheka kuqala ukuba nzima ukubhekana nakho.
Izindawo zamanzi ezihlukile zimela izinhlobonhlobo zobubi obusezimpilweni zethu okufanele sibhekane nazo.
Ukuphupha uphoseka emanzini omvula omezingubo zexoxo ubuhlaza
Ngibingelele lichaza ukuthi iphupho lokuqashwa emsebenzini lapho uvulela amanzi epopini wethangi phezulu ehlele emfuleni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfula
Ukuphupha usemanzini nomuntu ozwana naye kukhona inhlanzi beseziyancela kuwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Sanibona ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugcaba?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomuthi
Ngiyambongela, ngicela ukubuza kuchazani Uma uphupha usemanzini ucosha okusamgexo amaringi nobuhlalo , kodwa ekugcineni Kube sengathi awusakhoni ukuphefumula engathi uyagwiliza.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobucwebe obugqokwayo
Sawubona
Ngisa cela uku buza
Ngiphuphe ngina bangani bam, having an argument about me
Umngani wam omunye ase aphusha omunye awele emanzini agcolile ane sowerage
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
Sanibona ngiphuphe amanzi ayidamu elikhulu elihambayo linamanzi acwebileyo emahle ngihamba nabantu engingabazi ngasondela kuleli idamu mangifika khona ngawela endaweni eyisihlabathii esimanzi ngakwazi ukusuka kulesi sihlabathi mangithi ngiyaphenduka amanzi eseqoqelen ndawonye ngathi yigagasi elikhulu elicwebile ngasukuma ngabaleka bangithi ngibheka emumva lisangilandela ngizwa amazwi abantu Lana Kade ngihamba nabo ngafike ngahlala phansii ngacimeza ngathandaza mangithi ngivula amehlo leligagasi lamanzi selila eduze kwami ngathi lingilalele njengoba ngithandaza lavele langibhoza selidungekile kancane ngikwazi ukuphefumula ngaphansi kwalo futhii nabantu ngisabezwa bekhuluma ngaphaphama ngezwa sengathi khona into ebingidonsa iyinyawo. Ngiyabong
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
Cela ukubuza uma uphupha izilwanyana zasehlathini nomfula kuchazani loko
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfula
Amaphupho ngezilwane zasendle
Ngibingelel ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha amanzi enyuka ngath eza emizini yabantu ahlangabez3na nawe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
ngibingelele ngicel ukubuza kusho ukuthini ukuphupha kungathi use sontweni nabantu obaziyo kungathi niyagida niyacula endaweni eyintaba ebese kuphuma amanzi phansi angcolile ageleze bese umzala wami ethi lamanzi anenyoka enkulu kube sengathi uyawakhulumisa ewathinta ngesandla sakhe abese eyanqamuka siqhubeke nesikwenzayo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesonto
Kusho ukuthini ukuphupha ugeza empambanweni zomgwaqo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugeza
Ngiphuphe ngishayisa imoto ye ex yami yaba beyond repairs kuthe kusenjalo ngazbona sengisolwandle koda hayi phakathi abeza kahle amanzi kimi koda engangithinti futhi angilimalanga engozini yemoto. Engabe kuchaza ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngengozi nokulimala
Sawubona, ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha ngisolwandle oluthelelwa umfula onamanzi angcolile ngishawa amagagasi edlula kodwa uSisi wami amshaya amagagasi amanzi ahambe naye ngilahlekelwe ithemba engathi ngeke esabuya mase kuthi nje emuva kwemizuzwana sengithi ngiyahamba ngimuzwe esekhala futhi uma ngithi ngiyaphenduka ngimbone amanzi emphenduphendula ngivele ngimdonse ngiphumelele ukuphuma naye sengithokozile, kusho ukuthini lokhu, ngiyabonga?
Cofa lapha ukthola impendulo, https://iafrika.org/?s=amaphupho+ngolwandle
Cofa lapha uthole impendulo, https://iafrika.org/?s=amaphupho+ngolwandle
ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uhleli ngaphansi kwamanzi nenyoka enkulu eblack and brown ,kuthi kusenjalo mase usukuma uthi uyaphuma kuqhamuke imibane le eluhlaza kungathi iyakuvikela kulena ebovu ifuna ukuza kuwena
Cofa lapha ukuthola izincazelo,
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-ensundu/
https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamanzi
Ngibingelele Mina Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha nihleli endlini kuvele kuqale imvula enamandla ibulale iroof kodwa endlini imina kphela ophumayo abanye bazihlalela nje ekamereni
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemvula
Ngibingelele. Besacela ukubuza uma ngiphuphe ngithandaza olwandle kwase kuqhamuka I gagasi elikhulu langimboza kodwa ngangaphela umoya futhi ngangaphazamiseka ngaqhubeka ngithandaza kuqonde ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngolwandle
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ubhaliswa impesheni bethi gwaza unqabe , emva kwalokho usuzibona ungena kumuzi omhlophe ngaphandle uqale ubone ingadi enezithelo ezikuhlaza njengo pelepele Green pepper, uthi mawungena kulomuzi uphambane nezingane zamatombazane eziya esontweni, uthi usabheke Zona ubone umakoti elunguza kweminye yalemnyango uthi usasondela ubone umngani wakho okade wamgcina egqoke ingubo ezimhlophe angmazi noma usaphila yini engathi ungena kulelikamelo ngoba ubona yena kulendlu kunombhede ongenawo umatrasi zipringi nje nezingane zabafana ezincane engathi ezakhe lomngani, kulendlu nje akuhlelekile jikijiki usubona kungena amanzi ompompi kulendlu senizamaza ukuwakhipha usubona ngenyoka eyellow encane zisho kqala izingane nansi inyoka sekunomsindo kulendlu ngithi mina cha ningayenzi lutho inyoka ngoba ayilwiā¦.lide lona kodwa ngicela ukuphenduleka kulokho esengikubalile, ngyabonga
Ngicela ukubuza ukuphupha udla amakhekhe amnandi kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokudla
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ucindezeleka kube ngathi ngyavuka klona iphupho ngikhulekele amanzi ngojeke uchele ngawo endlini uxosha imimoya emibi ebese kuvela into engathi ilulwane
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngelulwane
Kusho ukuthini ukuphupha Ina imvula kodwa usendlini lendlu iyanetha
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemvula
Kuchaza ukuthini ukuphupha umuntu wakini eminzile emfuleni umzimba ungasatholakali
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuminza
Thokoza ngicela ukbuza uma uphupha amanzi aluhlaz kusho ukuthini ufuna ukweqa bakubize
Cofa lapha ukuthola incazelo, https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
thokoza ngicela ukwazi ngabe kuchazani ukuphupha nidoba ofish abakhulu
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenhlanzi
Hi
Ngicela ukubuza ngabe kusho ukthini ukuphupha usemadwaleni amade aphakathi noMfula, kuwona lsnsdwala kunento engitshela ukthi kunenyoka kodwa ngiyaqhubeka ngiyahamba ngenhloso yokuphuma kulomfula.
Ngyabonga.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfula
Ngicela ukubuza kutshon ukuphuph uhamba ecelen komfula omkhulu olamanzi clean ngihamba endawen eyisiganga ngazibona ngilabakomalume kamama
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomfula
Kusho ukuthini ukuphupha amanzi agcwele indlu
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngamanzi
UKUPHPHA AMANZI OLWANDLE KODWA UBONE IDUKU ELIMHLOPHE
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngolwandle
Uma ngiphupha ngisemanzini acwebile nezinyoka ezine zihambe ngophathina khona ezimbili ezimbalabala ziyizimpuputo mese ezimbili ezimnyama zona ziyabona
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngamanzi
Lini lelo phupho libika izinkinga ngake ngaliphupha saba nezinkinga endlini kodwa ezidlulayo
Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ungena emanzin a clean kodwa anolwembu olu green lwamaxoxo?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngeselesele (ixoxo)
Kutshon ukuphupha usinda indlu ngolaka
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngendlu nekhaya
Ngicela ukubuza uma uphupha ngi-diver ngingena umanzini ngilanda utho oluhleli phansi emanzi bese ngaphumaā¦.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Ngicela ukubuza uma uphupha amanzi engena ngophahla lwendlu endlini yotshani
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngendlu yotshani
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ukhothanyelwa zinkomo? Ngyabonga ngsazophenduleka
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngenkomo
Sanibonani ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugeza nentombazane owawufunda nayo eskoleni kulokhu kungena abantu besilisa bephinde bephume⦠Khona lapho uphuphe inkosi unendawo yangakini ishonekwe ugeza enalibeni phambi kwabantu nqunu Kanye naMadodana ayo
Cofa lapha ukuthola impendulo: Amaphupho ngokugeza
Sanibona kusho ukuth ukuphupha amanzi angenisayo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngamanzi
Ukuphuphaamanziedlini
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngendlu yokudlela
Amaphupho ngamanzi
Sacela ukubuza kusho ukuthini uma ngabe uphupha izinkomo eziningi ezibomvu zingena emanzini zize zingene endaweni engathi iyashona emanzini kuvele kuqhamuke abantu bazicindezele emanzini befuna ukuthi zigwilize zife kodwa lithe selizophela iphupho inkomo ishintshe ibe ngumuntu ophakamisa isandla ofuna ukukhishwa
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngenkomo/
kUshO ukuzifaka ebunzimeni ongeke ukwazi ukuzikhipha KuBoNa
Mna ngcela ukbuza ukuth kusho ukthini ukphupha amanzi acwebile agelezayo, mina ngifika kuwona ngenhloso eyokuwela futhi ngigcine ngiwelile kwenye inxenye engenhla enedwala elomile
Cofa lapha ukuthola incazdelo https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Mina ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha usemfuleni
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngomfula/
Ngicela ukubuza kusho uthini uma ngiphupha aBadala besithi mangibiyele igceke. Ngiyabonga.
Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha iziphethu zamanzi acwebile
Sanibona
Nami ngidinga incazelo efanayo.
Ngiyabonga.
Ndicela ubuza ndiphuphe ndisekapa ndiyaphangela family katata wam ndihamba nomntana uyondibonisa Sihamba phezu kwamanzi amdaka anengubo zesele ayanuka kodwa sinqumla kuwo
Ukuphupha amanzi amahle esphethu bese kuba khona ophimisa amathe abhidlike kuphume inyoka enkulu
Nazo-ke ezimayelana nokuphupha ngezinyoka ezahlukahlukene: https://iafrika.org/tag/izinyoka/
ngiphuphe ngingena emanzini ngaphuma sengiqoke izinto zobungoma
Nansi imininingwane yezimvunulo: https://iafrika.org/imvunulo/
Ngisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha iswimming pool enamanzi amahle futhi aclean nezindawo eziningi agelezela kuzo ngokuhlukana kwama(stages)
Ngicela ukubuza ngephupho ngicela umfula omkhulu Umuntu ebengihamba naye Wathi siya Mozambique ngabekusho ukuthini lokhu
Ngicela ukubuza ngiphuphe amanzi engena egumbini lami lokulala ehamba kancane amanzi aClean kodwa angiwazi aqhamuka kuphi
Ngicela ukubuza, ngiphuphe ngibhukuda eSwiming pool kungathi sonke sijabulile kushawa ngisho izandla kodwa mina bengitayela ngangena phansi kwamanzi ngaveza izinyawo ngaphezu kwamanzi ngizishayisa okwehlombe ?
Ungafunda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/ nalapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokubhukuda/
Ingabe lokhu Izolokuchazanali solwazi wamaphupho?
ngvele ngaphupha engath ngyokha amanzi nosisi wami masith siyakha mina ngim ecelen
Wakha amanzi okuqala kungath angcolile ngath akame sinyukele kancane kwavela aclean mangith ngibuka ngaphezulu isiziba esinjan engath sinenyoka enkulu ifuna ukusibuka amehlo ayo ekhopha amalight engath itouch elihle nje yey ngingasacash
Sawubona ngicela kubuza uma uphupha umuntu okade thandana naye ekuthela ngamanzi angcolile kusho ukuthini
Ngibe nephupho lapho ngime olwandle, amanzi emahle futhi ethulile, kwase kuvela inyoka enkulu kodwa ibingahlaseli ngase ngyabaleka
Nalu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Ngicela ukubuza manje mawuphupha ngamanzi angena endlini mele wenze njani?
Bheka nalu olunye ulwazi: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Ngicela ukubuza ngephupho lami ngphuphe kunethile endlini yomuntu ohlekisana naye kugcwele amanzi ngfice kunoMngani wam phakathi futhi
Nansi incazelo lapho iphupho likhombisa ukungathembakali kulowe ohlekisana naye, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokwaliwa/ Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Sawubona. Ngicela ukubuza ukuthi ngabe lichazani leliphupho, ngiphupha ngisemsebenzini ngithola isigubhu esinamanzi kodwa sivaliwe ngiyasithatha, kuthi kusenjalo engathi ngiyasebenza ngithatha into ethile ngiyayibeka bese ngibona amaqanda, kube sengathi kukhona imoto efikayo, ngithi ngenhliziyo bangabulali amaqanda, uma giwabheka ngathi anoketshezi nyana oluvela ngaphasi njengamanzi Korea wona awafanga.
Lapho uphupha amaqanda: https://iafrika.org/amaphupho-ngamaqanda/ Amaphupho ngemoto wona angasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Ngicela ningichazela ngephupho lam. Ngiphuphe ngizungezwe u Lwandle olukhulu ngapha nangapha lugubha amagagasi amakhulu asabekayo kdwa uma amanzi esefika kuthina afika ese hamba kahle emancane eshaya ezinyawen (ezithweni) nje kphela kuhambeka ngisho kuwona kodwa uma ubuka lawa akude amagagasi makhulu. Lolulwandle luncolile amanzi a brown and sibaningi siyahamba kwathi kusuka lapho lwa phela nya u Lwandle sabona imizi emihle namabhilidi amahle la besibona khona ulwandle. Ngaba lichaza ukuthin leliphupho bengcela ningisiza ngencazelo. Ngyabonga
Shenge! Sokwalisa! Mnyamana kaNgqengelele! Nansi incazelo esinayo lapho uphupha ulwandle, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/ Amanzi angcolile bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/ Lalela nazi izithakazelo zakwaButhelezi: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwabuthelezi/
Sawbona. Sacela incazelo ngaleli phupho, Ngiphuphe engath sihlel emfulen sibaningi okush ukth abanye bebehleli esihlabathini njr besisihle mina angiytholang indawo yokuhlal so ngayohlal ebridgin ebelicamanzi acwebile, khona laph mangith ngyasukum kuwe izinto zam ebengiypheth ziwele emanzini ngisiswe umunt engthandan naye ukth angthathise lezint, bekngathi bekuyincwadi lezint ebeziwile
Nansi enye incazelo yamaphupho ngamanzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/ Amaphupho ngesihlabathi wona asho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngesihlabathi/
Cela ukubuza ngiphupha Ngiphakath nendawo emfuleni amanzi agqunqile ezandawozonke enginkankile
Nalu olunye ulwazi esinalo ngokuphupha ngamanzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/ Ubuwazi nje ukuthi kulenkundla sinezithakazelo zakini kwaShabalala, bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwashabalala/
ngicela ukubuza ukuthi kuchazani uphupha iexboyfriend ikukhela amanzi nge bucket iwaletha undlini yakho
Nalu ulwazi esinalo lapho ubona owawuthandana naye ephusheni, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuthandana-nomuntu-ngaphandle-komshado-wakho/ Uma lowo ohlukene naye efuna nibuyelane, kuyaye kube yiloluhlobo olulandelayo lwephupho, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/ Uzibonile nje izithakazelo zakini kwaMtshali? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamtshali/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umfula oluhlaza ocwebile
Nalu olunye ulwazi esinalo ngokuphupha ngamanzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi/
Ngicela ukubuza ngingenza njani uma imali yami ivaliwe, ithwetshulwa. Kwashona umkhwenyana wami manje ngiyahola ipension njalo ngeyanga kodwa ihamba yonke ngoba abesmzini wami bazama uyilwa kodwa ngaphumelela. Manje bayithatha yonke ngisale ngingenalutho.. Anonymous
Siyadabuka ukuzwa ngodaba lwakho. Bayithatha kanjani lemali? Bakuphuca esandleni ubhekile noma uyaye ufike ingasekho? Akucaci kahle noma ukhuluma ngezenzakalo zemimoya noma ukhuluma ngobugebengu obuqondile ā kugasiza uma ungacacisa.Uma uphucwa impesheni yakho esandleni, ubugebengu lobo, thola usizo, ungakhuluma nosompilo wangakini, ungakhuluma nabaholi besonto lakho noma basendaweni, futhi ungakhuluma namalungu omndeni wakho obona ukuthi angakusiza ekutheni imali yakho ivikeleke.
please help, ngiphuphe amanzi amaningi acwebile angena endlini kush ukuthini?
Kungabe bekuyizikhukhula? Ake ubheke nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngezikhukhula/
Kukhona okhulelwe osondelene nawe
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho ngokukhulelwa, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubaleka nenye intombazan engathi eyomlungu ngenxa yokubona imoto emobeni bese ningena esizibeni engathi udaka olumanzi olubishayo..sizike phakathi singabonakali
Nansi incazelo esinayo ngephupho lapho uminza: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuminza/
Sawubona. Kuchaza ukuthini ukuphupha umphathi wakho emuka nolwandle?
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha ngomphathi wakho wasemsebenzini, bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomqashi/ Kungakusiza futhi ukubheka lapha ukuze uqonde ngamaphupho athinta ulwandle, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Sawubona ngicela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphuma ugeza obhavini nesthandwa sakho, sekukaningi ngiphupha leliphuphoā¦.ngibonge usazophendula
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ugeza: https://iafrika.org/amaphupho-ngokugeza/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umuntu ethathwa ngamanzi angcolileyo, amemeze ecela usizo kodwa kungabi khona okwazi ukutekula emanzini ?
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha amanzi angcolile: https://iafrika.org/amaphupho-ngamanzi kanye nokuminza: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuminza/
Sanibona ngicela ukubuza ngephupho lami ngiphuphe ngingene elwandle ngiphefumula kahle kwathiwa ngibulale isilwane ngasibulala khonaphakathi elwandle mangithingiphuma naso kwathiwa ngizosilandangesikhathi esifanele ngaphuma ngaphaphama manje angiqondi ngicela incazelo
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
ngicela ukubuza nami ngihlushwa iphupho lolowandle olunamandla lifuna ukuhamba nami njalo (insunami)
cela ukuchazeleka kabanzi, nokuncindezeleka mangi
lele
Sawubona Nqobile, nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ulwandle olunamandla: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
sawbona kuchaza ukuthini ukuphupha ugeza ngamazi aphuma esisefeni
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ugeza: https://iafrika.org/amaphupho-ngokugeza/
Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha! (Kazi kwakwenze njani, ngiyazibuza).
Uzibonile nje izithakazelo zakho? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwasikhakhane/
Ngicela ningazise ngiphuphe kugcwele amanzi endlini yam yokulala phansi ,okungidide kakhulu ukuthi ngifike ekhishwa udadewethu osashona ngithe mangfika ngamthethisa ngathi uyena lofake amanzi akamelweni ngoba ngmshiye ewafake edaningi room.
Nalu ulwazi esinalo olungachaza lapho uphupha ngodadewenu: https://iafrika.org/amaphupho-ngomfowenu-noma-udadewenu/
Sawubona bengicela ukubuza ngphuphe unkosikazi Kate basi. Wami ekhumula impahla engbonisa impahla yakhe.yangasese athi ngimthathe ngthathe. Izithombe ngefoni ngenza njalo ngase ngibona ngiphethe amawele
bengisacela ukubuza la ngibone uphendula elinye lamaphupho la, elami iphupho ngiphupha ngiwumuntu osemsebenzini endaweni eyihotel, kunempophoma enamandla ayisismangaliso uma ehla lamanzi khona bude buduze nala engisebenzela khona, lempophoma yehla nezinto eziluhlaza othi umusuzibheka zigeleza nalomfula ziphushwe amanzi kube sengathi izikebhe. bengisacela incazelo
Kwesinye isikhathi ukuphupha into kanye akudingi ukufunisisa incazelo, kulapho iphupho liphindaphinda futhi kunezimo elizesekayo lapho singaqala sicabange nzulu ngalo. Leliphupho lakho liyaphindaphinda yini? Kukhona yini osola ukuthi liyakubikezela? Nalu ulwazi ngendlela okumelwe sicabange ngayo ngamaphupho generally: https://iafrika.org/mayelana-namaphupho-osikweni-lwesizulu/
Kuchazani ukuphupha ukhishwa isisu ukaka
Sawubona Zama. Ukuphupha ukhishwa isisu kuhambisana nokuba sezinhlungwini. Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngenzinhlungu: https://iafrika.org/amaphupho-ngobuhlungu/
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubutha inhlabathi esuke inamanzi acwebile inhlabathi emhlophe
Nalu olunye ulwazi esinalo olungakusiza ukuthi ubenokuqonda kangcono lapho uphupha inhlabathi: https://iafrika.org/tag/inhlabathi/
Ngicela ukubuza. Kusho ukuthini uma ngiphupha kunomuntu ongigwilizisayo olwandle?
Nalu ulwazi esinalo ngokugwiliza: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuminza/
cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha imvula inetha uhhamba ngaphandle ugcina sewulahleka uhhambe ndaweni ongayazi
Nalu ulwazi esinalo oluthinta imvula: https://iafrika.org/amaphupho-ngemvula/
Kushoni ukuphupha ulwa nomnakhwenu umhlule kuzekuqamuke indandayakho
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ulwa nomnakwenu: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/
ukuphupha usemanzini udoba kuphume udobe inhlanzi ezinkulu nezincane kushoni
Nalu olunye ulwazi ngokuphupha inhlanzi: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlanzi/
Kusho ukuthini ukuphupha udadewenu ekufakela amanzi okugeza endishini amanzi avele ashitshe Abe isihlabathi uthi usamangazwe ilokho kungcwale izinkalankala ezinkulu kuyo
Sawubona Anele Brightness. Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngodadewenu: https://iafrika.org/amaphupho-ngomfowenu-noma-udadewenu/
kuchaza ukuthini ukuphupha impophomo? amanzi akhona asuke emhlophe njengamagagasi olwandleā¦ngiyacela bandla, ngyayidinga incazeloā¦
Ulwazi esinalo yilolu lokuphupha ngolwandle: https://iafrika.org/amaphupho-ngolwandle/
Ukuphupha uhamba esidakeni kusho ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha udaka: https://iafrika.org/tag/udaka/
Liso ukuthini iphupho ugijima uyekhaya ufike kunesango elihle eilcream ecelleni kwalo luene eaterfall .
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ushaka (fish)
Ulwazi esinalo lokuphupha inhlanzi yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlanzi/
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha multi cleaner amanzi amhlophe endlini bese mina ngibona ipayipi lapho ephuma konna ngisho ukuthi nathi lapho Kuvuza khona
Nalu ulwazi mayelana nezincazelo zamaphupho: https://iafrika.org/mayelana-namaphupho-osikweni-lwesizulu/
Sengikhathele bo ukuphupha ngamanziā¦ngiyalala ngamanziā¦.ngiyalala yimifulaā¦..konakele kuphi kwa Ngconde..
ngicela ukubuza uma uphuma usefuleni amanzi engcwele ufula ungenisa kodwa uyakhona ukuswima uyophumela kwelinye icala maar wona hamba ngamandla kuvele nomuntu phakathi wesilisa uyaminza yena ngisize kodwa udadeweuthu bengihamba naye usele lapho umfula bowuqala ngakhona akangenanga ngoba uyawesaba amanzi nami ngiyawesaba kodwa ngingenile nawelela phesheya
Ephusheni lakho ubusesimweni esiyingozi kodwa wagcina unqobile, nalu olunye ulwazi esinalo olunezincazelo zezimo lapho umuntu ebhekana nesimo esinzima kodwa agcine enqobile ā kulelikhasi uzofunda okwengeziwe ngokunqoba: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/
ukuphupha uwela amanzi amaningi nomuntu osebenza naye
Swaubona Yoliswa. Uma uphupha uwela amanzi ngebhuloho, nalu ulwazi esinalo olungakusiza uqonde kangcono iphupho lakho: https://iafrika.org/amaphupho-ngebhuloho/
Ngcela ukbuza uma ngiphupha ngidoba maqede inhlanzi ngiyibambe mase iyaphunyuka ngithi ngiyayihumba kphonseke mina emanziema
Nalu ulwazi esinalo ngenhlanzi ephunyukayo lapho uthi uyayibamba: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlanzi/
Ngicela kubuza kuchazani kuphupha ngesiziba esinenyoka? Ngaphupha ngihamba nabafana ababili engisebenza nabo waqhumisa u cricket lo omunye esizibeni senyoka kwase kuyagxabha esizibeni kungathi sifuna kuphuma inyoka sabalaka ngalesosikhathi kwasala ngathi lushunqa intuthu esizibeni. Lichaza ukuthini?
Kuchaza ulaka lwabaphansi oluzayo.
Kuchazani ukuphupha ugwinya Imali eyisiliva?
Ukuphupha umuntu omaziyo loba umgane ehamba lamanzi agcolileyo
Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha imermaid
Ulwazi esinalo olokuphupha inhlanzi, nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlanzi/
Lithetha kuthini eliphupha -phupha umbona omnintsi gcwelise indlu.phupha ndibona inyosi zisemngxunyweni umngxuma ugcwele yincidi yobusi
Kuthetha ukuthini ukuphupha amakhwenkwe asebhumeni
SANIBONANI UMA UPHUPHA UMUNTU WESILISA AKUPHATHELE UKUDLA MAKAVULA UKUDLA KUGCWELE AMANZI KUSHO UKUTHINI
Npngibingelele ngicela kubuza ukuthi uma uphupha ubhukuda emanzini ikhanda livela ngaphezulu Bese kuqhamuka abantu befuna ukukushutha Bede ubafaza ngawo amanzi bagcine bengakwazi lamanzi abeclean kusemfuleni ngasebdlele ehamba abantu
Ngiyqlithanda lelikhasi
Ndicela ukubuza ndiphuphe nditshona emanzini amaninzi
Ukuphupha ukhwele isikebhe amanzi engcolile
Ukuphupha ugijima emanzini ancolile
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngamanzi
Sacela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye ekhulelwe amawele kepha engakhulelwe
Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha sinomama abaningi siwasha izingubo zokugqoka eziningi ?