AbaseMbo Buthelezi Cele Chamane Dlamini Dube Gumbi Gumede Gwala Izibongo Khumalo Langa Madlala Magwaza Malinga Manqele Masuku Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ncube Ndwandwe Nene Ngcobo Ngema Nkwanyana Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Phakathi Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Izithakazelo ZakwaZikalala

Khuzeni!
Mazibuko!
Mvelase!
Mpungose!
Khuba!
Gebisa!
Mabhengeza!
Maluleka iphilibana likaDonda
Ngoba leswelabavubeli
Mhayise!
Magwazindoinyelemphandeni
Nina bakwaNgonyama
Nina bakwaMnini
Mbangalaka!
Masikiphepha
Buthelinhlabathi
Nina bakwaMansumpa
Nina bakwaMadlikivana.

1 thought on “Izithakazelo ZakwaZikalala”

Leave a Reply