AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Khanyile Khuzwayo Mabhida Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

Sesha

18 thoughts on “Izithakazelo zakwaXulu”

  1. Please help Im A Gxabhashe from Kranskop lapho kuzalwa khona umama inkinga ngidinga ukufuniswa izihlobo zami khabomama ekranskop (Stanger) umama Ujabulile Xulu, ngingabonga kakhulu . NgingowaSestanger Ngokusebenza ngiseLadysmith elokshini Ezakheni enkantolo. ngyabonga

    • Sawubona Zibuyile,
      Usuke wazama yini ukuzwa kwezinye izihlobo zakho eziseduze nawe ukuthi obani amagama abantu obafunayo? Mhlawumbe uma kukhona amagama omunye umuntu angaqhamuka athi uyabazi bese ekulayela lapho bekhona.Uke wazama yini ukuthintana nemizi yakwaXulu eKranskop? Ngokuvamile abantu besibongo esifanaya endaweni bayazana – mhlawumbe bangakusiza. Ungalilahli ithemba. Sengathi ungaphumelela.

  2. Kthiwa Phuhla phansi njengeKhiwa ndlovu….not khowa ndlovu angithi umkhiwa isihlahla esasisetshenziswa oGxabhashe emlandweni ngoba baziwa ngokwelapha … Umkhiwa ke ungawbona ukhona manje kyaba uyawbona awsekho isihlahla semilingo

  3. Dear all
    Abantu bakwa Xulu ngibathanda bonke
    Kwazise singaba Sebukhosini kodwa umthethwa wasicekela phanci buka nje
    SinamaKhosi amabili nje vo sekukhona thina manje ngeke balunge singabakhombisa siyashaya phela thins
    All the best
    Maxulu amahle

  4. Makhathini, Gxabhashe, Donda, Phuhla phansi okwe Khowa ndlovu, Donda wase Nkweleni, Jiba ongadliwa nyoni ezimdlayo ziyamcakafula, Nongalo, Msiyane, Madanga, Sonkophe nkophe zinde ezingalingani nezaba fokazane,

Leave a Reply

Joyina mahala. Uthole konke okwenzeka kwi-Afrika mase, uthole ne-ringtone yezithakazelo zakho.