Izithakazelo zakwaVundla

Zulu,

Gigaba,

Nonkosi,

Kunene bezindlovu,

Wena kasilima ngenkuba abafokazane belima ngenkubazane,

Wena mgwazi kaqhaqhazi kuqhaqhaz’ izintuthwane zabelungu,

Wena nkomo ziphusa ubusika nehlobo!

Leave a Reply