AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Mabhida Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

Sesha

Izithakazelo zakwaSibiya

Ndaba,
Gumede
Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,
Nina bakwankom’isengelwa emaweni,
Ingasengelw’esibayeni akuyon’eyakhona.
Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy’esokeni,
Mkhananda owafinyelela kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way’eMfolozi.
UHhiya kwabanani,
Okwaphwekwa esendlini,
Kwaze kwephulwa esendlini,engazange afe ukufudumala,
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala!

20 thoughts on “Izithakazelo zakwaSibiya”

  1. Ngiyaziqhenya ngokuba ngowaka Sibiya onkomo zisengelwa emaweni ingaselwa esibayeni akuyona eyakhona Gumede.

  2. I’m blessed and proud to be Sibiya for I know that we Sibiya’s we are not poor souls, very business minded and assertive….I am proud of who I am mina Sotobe……ngibuya ngenkomo!

      • Impela abanye basho njalo ukuthi uSotobe isithakazelo, wena wazi kanjani kanti? Sicobelele phela kuyo lenkundla uma wena kukhona okuhlukile okwaziyo ngoSotobe. Siyalangazelela ukuzwa kuwena.

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.