AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Khanyile Khuzwayo Mabhida Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

Sesha

Izithakazelo zakwaShange

Dumakude,
Mdima,
S’bhodla bakhothe umlomo abafokazane,
Mfazi omabelemade,
Oncelisa ingane ingaphesheya komfula,
Wena ogeza ngensipho kapondo,
Mathanga abushelelezi angenangqwayimane,
Phangandawo,
Nojoma,
Owaduma ngomlenze abanye beduma ngensonyama!

12 thoughts on “Izithakazelo zakwaShange”

  1. Yebo yes Mgadeni oShange abaseMsinga my mom wazalwa khona ezalwa ntombi yakaShange eyayingithanda esangithanda namanje hleze ingibhekile

Leave a Reply to andiswa ntobela Cancel reply

Sign up for updates