Izithakazelo zakwaSangweni

Sangweni
Sango elibanzi
Mangwane ngwadi
Masinga sileke
Nina eningaweli ngezibuko
Eniwela ngezimpande zomfula
Tshani obude bukaNsele
Nina bakaMabelemade
Ancelis’ umtwana ngaphesheya komfula
Nina bakwaManzezulu.

Leave a Reply