Nsibande!
Mdlanyoka!
Goje!
Phangelakhulu!
Hlase kaNgwane kaThumbankomo,
Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livulwa ngamakhanda amadoda,
Njengaloncama njengezitho zakhe,
Khondlo lomnyama wakaLombiwako!
Nsibande!
Mdlanyoka!
Goje!
Phangelakhulu!
Hlase kaNgwane kaThumbankomo,
Nina bohlahla lomkhaya, lingavala livulwa ngamakhanda amadoda,
Njengaloncama njengezitho zakhe,
Khondlo lomnyama wakaLombiwako!