Izithakazelo zakwaNkabinde

Nkabinde,

Mcusi,

Mphondle kaNdlolothi

Mafuya,

Ngokufuy’ inkabi,

Nina bakaMabelemade,

Oncelis’ umntwana,

Engaphesheya komfula.

Siyobi!

Gama Mboyisa!

Abakhokhelabantu behlezi

Ubusika nehlobo!

Leave a Reply