Izithakazelo zakwaMyaka

Gumede,

Mayaka,

Mazwana,

Mthanti,

Chibikalishi amanye amachibi esha,

Madamu ayadonselana,

Omabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela.

Shidelimhlophe.

Qwabe ngonyama!

Leave a Reply