AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Khanyile Khuzwayo Mabhida Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

Sesha

3 thoughts on “Izithakazelo zakwaMntambo”

  1. Mntambo

    Nina enuluhlaza njengenyongo yenyamazane Nhlangothi, Vezi, Jiyane ntethe ende ngathi ucimbithwa, nina bakaMsenge obomvu omila emafusini, Kweyama madada ashaya amanzi ngamaphiko awabhekise enhla nasezatsi, Msuthu nina bakaMageba kaloyisa

  2. Mntambo, Nhlangothi, Loyise kaGOmazane, Msuthu, Ntethe lende kayidliwa, ithi ingadlwa kube kudliwe uGomazane uqobo. VEzi lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane ngoba zindizela phezulu.haaaaaaaa aziqedwa,,,,

Leave a Reply

Joyina mahala. Uthole konke okwenzeka kwi-Afrika mase, uthole ne-ringtone yezithakazelo zakho.