Izithakazelo zakwaMngadi

Mngadi
Ngema,
Madlokovu,
Ntusi yenkomo,
Nene,
Wena nasentendeni yesandla uyanela,
Muji,
Sithenjwa,
Madlokov’ esengweni,
Sabel’ uyabizw’ eNkonjeni, ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kaMalandela
Sithuli sasengweni!

1 thought on “Izithakazelo zakwaMngadi”

  1. Sabela uyabizwa eNkonjeni ukuzokhuima ezomhlaba wakini kaMalandela.

    Ekhaya ubaba wasifundisa izithakazelo eInhekho ohlwini lwezibongo olubizwayo okungu..

    Mbawela!
    Sphungela

    Reply

Leave a Reply