AbaseMbo Buthelezi Chamane Dlamini Dube Gumede Imiphakathi Izibongo Izigodi Langa Magwaza Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Sesha

Izithakazelo zakwaManqele

Duyaza omhlophe njengezihlabathi zolwandle,
Mthonga weNdlovu,
Mpangazitha oziphangayo,
Mtholo,
Mahloko,
Diza kaMatoto,
Mkhawulez’ukuwela,
Mlotshwa,
Mahloko,
Phakathi kaMhawana,
Sgagu,
Khethankomo,
Mfolozi emnyama inkethabaweli,
Sthanda,
Mnkonyeni,
Wena wembange,
Wembangalala kankomo elala kalukhuni,
Mkhutshana kaSodondo kaNcungu,
Thanga limndindi,
Limndindinini ngokwethekela,
Wena ndlwana ezimbana zikaSomnguni ezimahlikihlikana,
Mkhatshwa,
Nxumalo!

3 thoughts on “Izithakazelo zakwaManqele”

  1. Siyabonga ngezithakazelo zakwa manqele bengcela ningisiza ngenvelaphi yethu thina bakwa manqele,nano kuthi kungani kuthiwa asithathi kwa nxumalo

    Reply

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.