AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gumbi Gumede Gwala Izibongo Langa Mabhida Madlala Magwaza Malinga Manqele Masuku Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Nene Ngcobo Ngema Nkwanyana Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Phakathi Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Izithakazelo zakwaMakhanya

Makhanya,
Mnguni,
Yeyeye,
Gumede,
Qwabe,
Phakathwayo,
Khuzwayo,
Maphithini,
Mpangazitha,
Duze kaMnengwa, Gcwabaza,
Thusi, Lingela
Zukezela, Makhutha
Mfene,
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,
Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha, MAKHANYA!

Leave a Reply