AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dube Imiphakathi Izibongo Izigodi Langa Mabhida Magwaza Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Sesha

Izithakazelo zakwaMagwaza

Magwaza,
Njinji,
Manqondo,
Yengwayo!
Wena wakwaJika bakhothame!
Mabhulubhense, nina beqhawe elathwala inkomo iphila!
Nina bakoMith’ emide!
Qethuka,
Ntshona,
Gidizela,
Wena waseMantandweni,
Maqondo
Thwalinkomo,
Sobiko wokubika ukuthandwa
Jiba khothama sibakhwebukhwebule nangezimbanjana zabo!

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.