Izithakazelo zakwaMafuleka

Ndinisa
Mbhobho kaBikwayo
Masibekela,
Mlaba,
Mazalankosi azala uDlambula azala uLubelo,
Mzomba,
Ndlela zinomswani njengezendlovu,
Nina eningawudli unogwaja,
Mageza ngobisi abanye begeza ngodaka,
Mtima!
Thuliswayo!
Ngwane!
Bhejel’ ibomvu!

Leave a Reply