Izithakazelo zakwaMadlala

Madlala,
Bhengu,
Khuzwayo,
Zazela,
Madlala onganethi onetha ngomkhemezelo,
Sishi,
Gwegwana,
M’lenzubomvu,
Hlokohloko, inyon’ eyakha phezukomfula,
Mahlasela ngendlovu abanye beza ngemikhonto!

Leave a Reply