AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dubazana Dube Gatsheni Gumede Gwala Hlengwa Imiphakathi Izibongo Izigodi Mabhida Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Zondi Zulu

Sesha

Izithakazelo zakwaBlose

Ndelu!

Madiba!

Dimba!

Duma!

Mseleku!

Phonsel’ ubus’ uMajonjobela othunga ligcwala lingethiwanga,

Ligcwala ukuhlakanipha!

Bohlela,

Noncengwa,

Wena owancengwa izintombi zathisicela usishade Blose.

Chobile,

Wena owachoba izintwala zenkosazana.

Shinga,

Akushinganga wena kwashinga isibongo!

Tags

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.