AbaseMbo Bhengu Buthelezi Chamane Dlamini Dube Imiphakathi Izibongo Izigodi Langa Mabhida Magwaza Majola Manqele Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

Sesha

Izithakazelo zakwaBhengu

Ngcolosi!
Wena wakwaDlabazane
KwaNephu KwaLamula
Nyawo zigezwa ngamazolo
Ninenivuka nixubhe ngelala
Shongololo!
Ngabe siyakudla sesab’ imilenzelenze
Nyawo zeshongololo kaziphumuli
Sigampu!
Ngwane Ingwani ngwadi
Abayibone ngeso ukuthi iwelile
Jali! Ninenilala nomunwe
Nivuke nikhwifilanga
Mmemezi kaHlangabeza.

4 thoughts on “Izithakazelo zakwaBhengu”

    • Siyakubongela Ngcolosi! Uyiyo inkosi.
      Ake usicobelele, uma kuthiwa: “Shongololo! Ngabe siyakudla sesabimilenzelenze. Nyawo zeshongololo kaziphumuli”
      Zisha ngani ngabantu bakwaBhengu namashongololo?

      Reply
  1. Ngiyakuthanda kakhulu ukwazi Imvelaphi yasekhaya komama kwaBhengu kanye nomlando ngokuzalana kwabantu nakhona ukusuka koJali kuza koNgwane.kanjalo kanjalo nje.Ngisemncane kodwa ngifisa ukwazi lukhulu ngomlando wakithi.

    Reply

Leave a Reply

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.