Zikhali,
Ngwane kaNgwadi,
Masumpamasenga,
Silekanduku zinobulongwe,
Nina besizwe sikaMatiwane,
USozisela kaMasumpa noTshaninina bebutho likaSangweni
Uzikhali ezingalingani nezamaxhegwana
Sangw’ elibanzi elingawelwa ngabantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Luwelwa Izinkonjane ngoba zona zihambela phezulu!
Izithakazelo zakwa Zikhali
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Khoza
Magwaza
Malinga
Manqele
Mdunge
Mgabhi
Ncube
Nene
Nkwanyana
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Phakathi
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
Ngwane kangwati
Mswati lomkhulu lo ongalali ngengubo
Kepha Lo Lala ngeti khumba tembongo
Usozisela kamasumpa notshani
Masenga sileka
Nina enibahle njengez’ nhlabathi zolwandle
Sangw’elibanzi elingawelwa ngabantukazana
Ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda
Kepha luwelwa izinkonjane kuphela ngoba zona zihambela phezulu
Zikhali ezingalingani nezamagxegwana
Nina abebutho Likamatiwana
Nduku zinobulongwe
Sangweni
Songobese