isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Sibanda

Maqhoba!
Umhlathi ongehlulwa lithambo.
Vodloza,
Sadla safohloza okuseleyo sanyathela ngezinyawo.
Mahamba ekhangele phansi bethi unamanhloni kanti uyazigqaja.
Isilo esibhonga kutshotshobal’ezinye.
Unangunangu lamuhla kungayisuye.
Isilwane esaswela amabala sayobika enkosi.
Fuzwayo ofuza amadoda.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply