isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Shiba

Shiba
Mkwanati,
Nkwaliyenkosi,
Ndonga,
Shamase,
Sontuyi,
Somkhele,
Lele, Khowa,
Mayanda,
Dlebhu wabeswazi ,
Wena owaguy ‘ wamisi ntamo.
Mashukumbeya,
Mthendeleka.
Mtubatuba
Wena owawulobolela amadoda,
Wena owathenga isitimela
Ninemali nina bakhwanazi,
Veyane,
Mpandeyamadoda,
Malobisi

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

11 thoughts on “Izithakazelo zakwa Shiba”

  1. Mmmmh am so excited to know izithakazelo zaka thank Google for everything you done for me i’m sooo really proud to be shiba’spart of family…lv yu all

    Reply

Leave a Reply