isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Phungula

Phungula!
Mdlovu!
Mphokwe,
Mahasha ehlangeni,
Makhosi,
Mbangmude,
Mbandlwa,
Nyoni esindwa isisila sayo.
Nkomo edla yodwa uma idla nezinye ziyayiphangela.
Nomasikisiki.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply