Nina bakwaMthentuhlab’ usamila
BakwaJuqu lodlamahleza
BakwaNyoni kaMamasiyephi
Ibuye noNgce eSibgubudu
Yathi Mamase phumungicombele
ZinamanyayezakoSozayi
Zibuye nembewisaphethwe
Nina bakwaMthonguthongwana
UmuthodlamaNyanyambeya
Nina bakwaSigagu
Nina bakwaZikhethankomo
Nina bakwaMhlambushiyanukwayusa
Nina bakwaNdamase wasekuYeyeni
Nina bakwaLanga liphume ladela
Lakhumbuyamanyamayanga
Laze lakhumbula koMafuya
Nina bakwaMlotshwa
Nina bakwaSambane.
Izithakazelo zakwa Phakathi
AbaseMbo
Buthelezi
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Langa
Madlala
Magwaza
Malinga
Manqele
Mkhize
Ncube
Nene
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
thank you so much for this awe-inspiring web site me and my class admired this satisfied and perceptiveness
Izithakazelo ezishiwo ekhaya zihluke kakhulu ukunalezi engizibona la but I think maybe kusebenziswa izibongo zokhokho baziphendula Izithakazelo. Thina asimfaki nhlobo Mncwangu kodwa sifakaLuswazi
Ngiyabonga ukwazi mvelaphi yami thanks so much
Impela kusho ukuthi kusekuningi okumele akufunde. Ekhaya sithi, Phakathi, Mpangazitha, Mngunikazi, Mncwango, Jiba, Mjabi.
Nami ngazi kanjalo kyacaca kuningi esingakwaz
Same to me mtase
ndiya kuthokozela ukuzwa abantu abanolwazi ngemvelaphi yethu ENKOSI
KANTI UMKHWANE YENA NGANA KANJANI KUPHAKATHI ?
Yes bukhona ubukhosi bakwa Phakathi. They originate from the south coast in Kwa Zulu Natal. Phakathi, Mnguni, Nonkosi, Mnguni omuhle nezitho zakhe, Mnguni ka Yeyeye.Ok
can someone please tell me my clan names as my surnames is phakathi
Nazo-ke izithakazelo zakini: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwaphakathi/
Nami ngazi lezi
Nazike nami engizaziyo ezoshiywa umkhulu emadleben ami
Ingabe ukhona yini owaziyo ukuthi bukhona na ubukhosi ba Kwa Phakathi.
Thina si la e Swazizi sizwa ngandlebenye ukuthi buse Natali.
Izithakazelo zethu zithi
Phakathi
Nyandeni
Mashobane
Nkondlwane
Sila zitha ka Sthole
Inkodlwane eyafela futhi kubafokazana
Unobulawa yindlala yemikhonto abanye bebulawa eyamabele
Nonkozi
Mpangazitha
uMagaye uyangena yini kwaPhakathi?
Cha impela dadewethu abakhona kaZwide kufaka noManqele . Kuyenzeka abantu bahumushe ngezindlela zabo kodwa iqiniso limile ekutheni uPhakathi udabuka kwaNxumalo . NoMasuku uyangena lapho . Ngiyethemba usizakele MaMncwango .
noPhakathi bawoZwide?
ngicela ningisize ningichazele ukuthi abakwaphakathi kanti akubona yini ozwide
yibona cc wmi nam ngizalwa khna
Singena kanjani kwabakwamgcwango
Bengisaya lapho yazi nam ngifuna ukwaz
AbakwaMncwango nabo bazalwa ndawonye nabakwa Nxumalo
umngwango uzalwa uphakathi