Mphephetwa!
Mdluli,
Ngwekazi,
Gwala,
Manda kulandulwa,
Vilakazi,
Xamu odla ngomsingizane.
Nzimande,
Gqawu,
Mdlovu,
Wena owasukela isigodo simuka nomfula wathi yinyama.
Madla kulandulwa!
Mdluli,
Shebe, Nozulu, Ngwekazi
Phohlaphohla,
Mangqingqingqi.
Nyawo zimhlophe ngokunyathela njengezihlabathi zolwandle.
Mancama ngesinkwa esikhulu esancama amakhosi eya empini.
Mhlandla,
Nomandla,
Majiya!
Wena kaMabathabatha!
Clan names
Gumbi
Gumede
Izibongo
Khambule
Mlaba
Mlambo
Mlotshwa
Msomi
Mthethwa
Ncube
Ndaba
Nene
Ngema
Ntombela
Nyoka
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Ximba
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!