Izithakazelo zakwaNzama

Wosiyane,
Gcugcwa,
Mashiza, Dingila,
Mkhandi wensimbi,
Nina enidume ngokugcagca insimbi amanye amakhosi edume ngesithembu,
Wena owawela ngelibanzi kwasala izindondo zacoshwa abafokazane,
Nina bakwamfazi kashaywa ngemvubu kodwa ushaywa ngombhombolo wesidwaba,
Zukula kaNombhoco,
Gcugcwa kaNcameni,
Ncameni kaNozaca,
Nina baseNtendeni!

Tags
AbaseMbo Buthelezi Dube Gumbi Gumede Izibongo Izigodi Langa Magwaza Manqele Masuku Mbatha Mbonani Mkhize Mlaba Myeni Ndwandwe Nene Ngema Ntombela Ntuli Nzama Nzuza Qwabe Shembe Shezi Sithole Zondi Zulu Zwane

7 thoughts on “Izithakazelo zakwaNzama”

  1. Thanks a lot i am proud to be nzama ngiyabonģa ķaķhulu but bengifisa angathi amawosiyane angeza ngala emzimkulu ngase xopo harr gwala region sayaĺundinga lolu lwazi

    Reply

Leave a Reply to sibongisemi Cancel reply