isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Nxumalo

Zwide!
Zwide kaLanga,
Masuku,
Ndwandwe,
Sothondose,
Nkabanhle,
Mnguni waseGudinkomo,
Nina enagudla inkomo nethole layo.
Mkhatshwa, abakhatshwa ngezinde nezimfishane.
Sdinani,
Nkaba yenkosi.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

1 thought on “Izithakazelo zakwa Nxumalo”

Leave a Reply to Anonymous Cancel reply