Izithakazelo zakwa Nxele

Nxele,
Xasibe
Mnguni
Mngoboni
Ntusane
Noveve kaNyobo
Ntozabantu
Nongalo
Mngoboli owagobola izinkomo zamadoda esibayeni.
Mfazi omabele made owancelisa ingane ingaphesheya komfula.
UNtuthu kaNophengane
Nina enafica olwenja zifeqana nakhipha olwenja nafaka olwenu ubolo.
Nina enahlaba inkomo nasikelana.
Nina eningathi nkosi kumuntu nithi nkosi etsheni!

Leave a Reply