isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Ntando


Mbuyisa!
Magoso,
Sikhambela,
Mabele made imbhedle mbhedle,
Nina enancelisa umtwana ngaphesheya kobevana,
Sihlangu sinamanhlonhlo,
Abambambe bamyeka bathi akananyongo akanamhlwehlwe, umhlwehlwe unebhabhakazane.
Nkomo ningi,
Nkomo ikhala ko thendeni ikhala ihlahlelwa,
Ubhensa babhense umhlan’unenjini,
Mathutha.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply