Izithakazelo zakwa Nkabinde

Nkabinde,
Mcusi,
Mphondle kaNdlolothi
Mafuya,
Ngokufuy’ inkabi,
Nina bakaMabelemade,
Oncelis’ umntwana,
Engaphesheya komfula.
Siyobi!
Gama Mboyisa!
Abakhokhelabantu behlezi
Ubusika nehlobo!

1 thought on “Izithakazelo zakwa Nkabinde”

Leave a Reply