isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Nhlengethwa Clan Names

Msuthu!
Luvuno kaLanga.
Thumbela,
Siphepho sabeSuthu,
Gocweni,
Mahlasela ngothando abanye behlasela ngezikhali.
Mpangazitha,
Ncwane.

Ezinye ezisetshenziswayo:

Msuthu
Thumbela
Mpangazitha, wena wase Bambamlomo
Gocweni
Sphepho sabesuthu
Mahlasela ngothando abafokazane behlasela ngezikhwili, wena onenkomo eyodwa abanye benezimbili
Luvuno ka Langa, Sobantu, Ncwane

1 thought on “Izithakazelo zakwa Nhlengethwa Clan Names”

Leave a Reply