Ngxongo!
Sishange!
Mzila kaThumbela!
Ntshiza!
Mashwib’ insimbi ngomlenze,
Magaduzela ngokubonela ezimbuzini,
Mvithizi wamagwala empini, asizwane enhla nasezansi ngoba umuzi mkhulu.
Ndaba zifihliwe,
Sifub’ esihlonishwa yihhashi
Mtomuhle ngokumamatheka,
Hlalani nisondelane ngoba baseza nezinkinga abafokazane bezizwe!
Izithakazelo zakwa Ngxongo
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Khoza
Magwaza
Malinga
Manqele
Mdunge
Mgabhi
Ncube
Nene
Nkwanyana
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Phakathi
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!