isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

48 thoughts on “Izithakazelo zakwa Ngwenya”

    • Iyinto eyondwa, bathi ONgwenya basuka bahamba ESwatini behla bazebayongena E Lesotho mafika khona, ukwenza izinto zibelula baba iza o Mokoena…. The King Moshoeshoe 1 was a Mokoena

      Reply
  1. Bomtimandze boGamadze ninabomabhodla amanZi abantukazana babhodla utshwala nakhangele mzini nakhangele Nyakatho Nungunge bosala beziyolanisa bomthiyane Thina esiseGoli naseHendtina NaseWitbank suzobe sinomhlangano omkhulu wokubuyisana siqophe Kahle umlando wakwa Ngwenya.sihlanganyela nabakwaSibeko,nbakwaNhleko.umsebenzi ungomhlaka 4September2021 suzobe saiga nefamily Tree. Uma kukhona owaziyo abakwa Ngwenya eErmelo abazana nano
    Lilian Ngwenya noDonald Ngwenya akangithinte ku0766776527

    Reply
    • Igama ngingu Nhlalwenhle Nhlalo (Becks) – Isibongo – Ngwenya Sitshela (Sichele) Sabakwena Umzila Awulandela Olandelayo Uyazibambelela – Umhobho Wesiskhosini..

      Isilogani – Isabelo Engikhuthazana laso mini kini Ngesithi Vumani Madoda Siya Vuma – Vumani Zintombi Siya Vuma – Vumani Zihlobo Siya Vuma.

      Isabelo Senkuleko Yikuthi Sihlale Sikhuthazana Siyathandana Sithandile Yimvelo Umsebenzi Ngumlahlwa Siyantsheleleza Ubuntu Ngamakha.

      Asazaneni Siqoqaneni Sigcine Usiko Invelo Ngamakha Yokubunjwa Kwethu
      Ngiyalithanda Nonke Ngelinye Ilanga Ngizanibona Sijabulile NGWENYA ZIMBABWEAN KOBULAWAYO IKHAYA ESIGODINI ENSWAZI KAHLE EMAGEDINI EKHAYA EMPHUMA KHONA – – KOKHULU NGWENYA USISTHELA SABAKWENA..๐Ÿ–ค๐Ÿค๐Ÿ’š๐Ÿ’™๐Ÿ’›๐Ÿ’๐Ÿงกโค๏ธ๐Ÿ’œ๐Ÿ’–๐Ÿ’•โฃ๏ธ๐Ÿ’ž๐Ÿ’“๐Ÿ’—๐Ÿ’Ÿโ˜ฎ๏ธ๐Ÿ’˜โœ๏ธโ˜ช๏ธโ˜ธ๏ธโœก๏ธ๐Ÿ”ฏ๐Ÿ•Žโ˜ฆ๏ธโ˜ฏ๏ธโ™‰๏ธ๐ŸŠโ˜€๏ธโœจ๐ŸŒˆ๐ŸŒค๐ŸŒง๐ŸŒฉโ›ˆโ˜๏ธ๐ŸŒฅโ›…๏ธโ˜”๏ธโ˜‚๏ธ๐Ÿ’ซ๐ŸŒŸโญ๏ธ๐Ÿ”ฅI LOVE YOU ALL TILL WE MEET AGAIN KUTHANDA INKOSI ULOBHENGULA UTHI NGILIBULISE NONKE..๐Ÿ’˜

      Reply
      • Vumani madoda… Siyavuma Sitshela Sabakwena. Wena oweskhosini. Siyakuthanda impela. Sihlezi sikuthanda kakhulu. Inkosi ikugcine soze soblangana futhi njalo.๐Ÿ™

        Reply
    • The animal / surname is Ngwenya ( crocodile). The rest were names of Ngwenya chiefs. It was allowed just to enable us marry from within because we are many. Madonsela , Nene, Kunene, Shongwe, Gamedze, Mashaba, Mukhari, Mabuya, Mugiba, Shillumana, Mntimande, etc

      Reply
      • Ngiyabonga ngengcazelo yesibongo sakoNgwenya. Mina ngingu MaNgwenya usitshela wase Zimbabwe…

        Reply
    • Sawubona Mtimabde.
      oKunene bahambisana no Ngwenya Kanye Kanye noMadonsela,ngoba Uma ziqhubeka izithakazelo zithi “vus’muzi ngokuvusa uMadonsela, eza noGamede noKunene. Okusho ukuthi umMtimande wakha wakhulisa isibongo sakhe Kanye Kanye noKunene, Madonsela Kanye noGamede.

      Ngiyabonga

      Reply
    • Ukunene ongumunyye weziznsizwa zeasizwe sakwa Ngwenya ebukhosini kulaba Bakwa Dhlamini bona laba abaphethe khona manje eswatini. Ukunene waphuma ekhaya lakwaNgwenya ngoba wahlukunyezwa umfowabo basebethi abadala ukunene akahambe ayozakhela umuzi wakhe ukuze Bangalwi yena nomfowabo .
      Yinde lendaba yakhona ukuyichaza Lana.
      Ngoba Isizwe sakwa Ngwenya sinendawo Yaso eyathathwa umswati Nkosi uSobhuza.wabeka oMabuza ukuthi baphathe kuleso sizwe yilapho ke Isizwe sakwa Ngwenya saqala ukuhlukana khona baze bagcina sebehlala kulendawo ebizwa nge Amersfort. Abanye behlela kwaZulu.
      Mina uKhokho wami umkhulu uPaulos ozala
      Umkhulu uPhilemon ozala ubaba kababa uma ezohlala eBlackdiamond mpumalanga emaphakathi kweCarolina NeBreyten bakabuya endaweni ebizwa ngokuthi kuseMthwane

      Reply
  2. OMabuya abahle..Mntimande ngiyanithanda shem. Ngifisa senze umhlangano wamaNtimande sazaneni boMadonsela

    Reply
  3. Nginithanda nonke Mantimande amahle.Ngicela owazi izithakazelo zakithi kwaNGWENYA ngobuningi bazo angicobelele nami pliz boNGWENYA

    Reply
  4. To all the Mntimandes in the world,I love you nkoc yam kakhulu,you mean the world to me.

    Reply
  5. KoMabuya, Ngyakhuleka, ngicel’ ukubuza ngemvelaphi yab’ Obambolunye ukuthi bavelaphi ingempela emlandweni uwonke. Ningizame nangezithakazelo zakeaNyembe. Ngibonge.

    Reply

Leave a Reply