Izithakazelo zakwa Ngubeni

Ngubeni,
Nkomo!
Mtungwa!
Mazodwa!
UGudlu kaDlomo
UNkala kayibulawa
Ngoba yasizanakubo eSobotsheni.

6 thoughts on “Izithakazelo zakwa Ngubeni”

  1. Andikholwa ukuba sohlukile singooNkomo, yindlela nje esizithutha ngayo. Kodwa uNkomo yena mnye:
    NdinguNkomo
    uMazotho
    uMntungwa
    UNgubeni
    UMahlewula ntaba
    Owathewula uDlomo eNkxokotyeni
    Unkcochoyi
    uYengwayo
    uSigodlweni

    Reply
  2. Esami sona sithi Ngubeni Ndwandwe Nxumalo Nkomo Nkom’enhle eyabonwa zimpisi zabaleka, omadubul’eduze iy’nkomo zanyathelana mazinyathelane namanje, osbong’esihle esifana nesamakhosi esibonga igama ngokuhlehlezela

    Reply
  3. Thina nathi ziyahluka ngoba thina yithi o Nkomo,mazothe,mahlakula ntaba mlungo mnyama zalakwande mtungwa.Asazi ngempela

    Reply
  4. Ziyehluka ngempela ngoba nami ngiwuNgubeni
    Nkomo
    Livuno
    Welibelo
    Think abaseMkhontweni
    Mtungwa
    Mahlolantaba

    Reply
  5. Nkomo! Mazodwa! Dludlu! kahle kahle thina siphuma kuphi nesifundazwe, obani okhokho bethu? omkhulu bethu? ngibuza ngoba oMtungwa Khumalo sihlangana kanjani nabo?
    Ekhaya kwa Ngubeni kuthiwa siphuma E Daggakraal kuphela, akukho okunye.
    Osizo nolwazi ozongipha ngizolubonga.

    Reply
  6. Ngicela kubuza Ngubeni hlukana kanjani na.Mina Ngubeni .Nkomo
    Mazodwa
    Mntungwa
    Bhodliwe
    Dludlu
    Nkala kayibulawa
    Yasiza bakwamabuya Nebaka lokothoyo.asipheleli lans

    Reply

Leave a Reply