Ngcamu!
Mkhabela,
Shozi,
Gaba,
Mlothswa,
Maphalala njengophoko,
Lokoza!
Maloko
Mzilankatha,
Shelembe,
Kwadlula intuthwane ithwele kwadlula engathwele,
Ncube,
Khambule,
Mpangazitha!
Mathula kamjezi,
Ngcamu ombewumbili njengodlubu luka mbokazana. Mkhathini!
Izithakazelo zakwa Ngcamu
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Khoza
Magwaza
Malinga
Manqele
Mdunge
Mgabhi
Ncube
Nene
Nkwanyana
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Phakathi
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
Eaikhathini samanj Abantu abanalo ulwazi ngemvelaphi yabo lokhu kuyakhumbuza ngobuntu ngithanda umculo wesintu, izindaba ezinezifundo ezinhle syabonga
Siyabonga, sicela uqhubeke nokuvakashela ikhasi lethu.
Kuhle ukwazi ngesintu ngoba thina esikhulayo siyalahlekelwa ubukhaya bethu ithuke silalana sodwa ngokuswela ulwazi, siyabonga