Ndawonde,
Sibhene senala,
Mdubu kaMadani,
Bulisa,
Gcogcozela, nina eniphanga ukufa abafokazana bephanga ukuphila,
Nina enangena endlini kwanuka utshwala,
Nangena esibayeni kwanuka inyama,
Naphumela phandle kwanuka inkwindla,
Jwara,
Zitha,
Labase,
Mbongwa, nina baseLenge,
Nina bangasenhla noThukela,
Ndawonde!
Clan names
Gumbi
Gumede
Izibongo
Khambule
Mlaba
Mlambo
Mlotshwa
Msomi
Mthethwa
Ncube
Ndaba
Nene
Ngema
Ntombela
Nyoka
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Ximba
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!