Izithakazelo zakwa Mthembu

Mthembu,
Mvelase,
Qhudeni,
Owavel’ eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’ amathibani,
Angadl’ amathibani indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ ovel’ eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!

Leave a Reply