isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Msweli

Nxele,
Muthwa, Seme,
Sinono, Dingiswayo,
Zikode,
Nongalo waseMashobeni,
Dlovunga,
Sigubhu somkhonto,
Lond’ elihle elingawadli amahlali,
Mpindela,
Mpisela yakoNgonyama eyadela umkhonto yathatha izembe ngoba lingumasheshisa,
Wena mageza ngegolide kube kuphuza abafokazane ngezansi,
Xasibe, Nxasana,
Mpande!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply