isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Moyo

Moyo omnyama!
Khumbuza!
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi.
Mdlahlezi,
Mthunzini,
Sgabade,
Ntabenkulu,
Ntaba enkulu engenamnyango.
Ntabakayingenwa,
Nduna zihlala entabeni engakhonjwayo.
Gcabayi.

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply