Izithakazelo zakwa Mntambo

Nhlangothi,
Mlondo,
Vezi,
Nyong’ eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela,
Jiyane,
Kweyama
Loyisa
Gomazane.

19 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mntambo”

  1. Ngiyabingelela ko-Nhlangothi

    Ngicela onolwazi ngomlando kaMntambo angisize angithumele wona nge-Whatsapp kulenombolo elandelayo: 0659030174

    Ngokuzithoba okukhulu🙏

    Mandla Phillip Moffat

    Reply
  2. Zama Mntambo

    MNTAMBO NHLANGOTHI.MALINGOSE.LOYISA.MSUTHU.NGOMAZANE.NTETHELENDE.ENGAGOCINGITHWA.MZUZUKAZANA.WEMPI

    Reply
  3. Mamntambo Mantethe Magabada Maphanga Jiyane Mbabala Sukela Novetshe Xhelindlovu mdak’omnyama ongeva Sephu Ngubo ayinyathelwa wayinyathela iyadabuka inyathelwa ngabayazi.

    Reply
  4. MNtambo, Zotsho, Xhelindlovu, Nyama ayivuthwa ivuthwa ngamadaka, Yonzi, Gigaba, Jiyane, Novetshe, Ngubo ayinyathelwa inyathelwa ngabayaziyo xa ungayazi iyadabuka, Sukela, Sifuba simkhuma, Gabada, Ntethe ende etakatakayo, Gwangwashe

    Reply
  5. Mntambo Nhlangothi, Mlondo! Wena kaBhudu oSebuthikazi, ophuma ebalani athinte abheke ilanga! Ntethelende uCimithwa ucilo owulujojo. Mgabhi ngantuthwane, umlambo oyosho nganhliziyonye! Nhlangothi ezimanxebaba. UMntambo omnyama njengenyongo yenyamazane. Mntambo omnyama ngaphandle omhlophe ngaphakathi. Loyisa, Ngomazane, Dlakude, Mbuzane!

    Reply
  6. Kwamnand ukuzwa izithakazelo zaseMntanjeni nezibongo ezihlobene.Ngithemba kuvela okuthile kusiNdebele,isiZulu nesiXhosa. Lababantu ngempela baNhlangothi zonke.

    Reply
  7. Nhlangothi
    Mlondo
    Loyisa
    Gomazane
    Ntethelend’eluCimbithwa

    Mina ngidabuka eSouth Coast
    Ngibiza
    uNdadane
    Mbonela
    Gigaba
    Ntwananhle
    Mzamani
    Ngizalwa kwa Ndunu

    Reply
  8. Mntambo

    Nina enuluhlaza njengenyongo yenyamazane Nhlangothi, Vezi, Jiyane ntethe ende ngathi ucimbithwa, nina bakaMsenge obomvu omila emafusini, Kweyama madada ashaya amanzi ngamaphiko awabhekise enhla nasezatsi, Msuthu nina bakaMageba kaloyisa

    Reply
      • Siyabonga “Nyong’ eluhlaza enjengeyenyamazane! Masilela!” Ulubonile nje ulwazi esilukhiphe ngesonto eledlule? Bheka lapha: Amaphupho ngezimpisi: https://iafrika.org/amaphupho-ngezimpisi/ Izithakazelo zesibongo sakwaMadinane: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamadinane/ Ukwazi kabanzi ngesiphandla nenyongo ukuthi ngubani osifakayo, sifakelwani, sifakwa isikhathi esingakanani? Bheka lapha https://iafrika.org/isiphandla-nenyongo/
        Kulelisonto elizoqala kusasa kuzophuma ulwazi olusha, ungaphuthelwa: Sizochaza umhlonyane (isigaba empilweni yentombazane). Sizokhipha izithakazelo zesibongo sakwaBhebhe. Sizonika incazelo yamaphupho ngezinkonjane.

        Reply
      • Mntambo, jiyane, sukela, ntethe, novetshe, mbabala, mbokazi. Ngubo azinyathelwa ngoba ziyadabuka. Dukwini

        Reply
        • Mntambo
          Jiyana
          Ntethe
          Novetshe
          Niyana
          Gabada
          Mbabala
          Xhelindlovu
          Maphanga
          Sukela
          Yontsi
          Masilela
          Nteth’inde ecingothi
          Ntambo yobophelela amaveliti

          Ntambo ayinyathelwa, xathe wayinyathela ungayazi iyadabuka.
          Ngubo zika Mbandela
          Vezi, ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane Kuba zibhabha phezulu

          Reply
  9. Mntambo, Nhlangothi, Loyise kaGOmazane, Msuthu, Ntethe lende kayidliwa, ithi ingadlwa kube kudliwe uGomazane uqobo. VEzi lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane ngoba zindizela phezulu.haaaaaaaa aziqedwa,,,,

    Reply

Leave a Reply