Izithakazelo zakwa Mnisi

Mnisi
Mvuleni
Manyovu
Nkophezimayaka
Gwadlagwadla
Nkonjane
Mfula kawuwelwa uwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu
Mnisi wemvula ilanga libalele
Wena owangena ngesidlwane sivutha esizibeni samantyolo waphuma naso sivutha
Mnisi

Leave a Reply