Gcwanini,
Sibewu, Munja,
Mabhingcel’ ehlangeni amany’ amadod’ ebhingcel’ ezindlini,
Sikhaban’ esakhab’ uVezi ngezinyawo,
Sijekula, Msilak’ phepha,
Salakulandelw’ esilandelwa ‘zintombi kuphela,
Genu, Gogela,
Sonkosi,
Zizi!
Izithakazelo zakwa Miya
AbaseMbo
Buthelezi
Clan names
Gumbi
Gumede
Gwala
Izibongo
Langa
Madlala
Magwaza
Malinga
Manqele
Mkhize
Ncube
Nene
Ntombela
Ntuli
Nzama
Nzuza
Qwabe
Shembe
Zondi
Zulu
Zungu
Zwane
Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!
Ngicela ukwazi iphupho elinesiziba nenyoka lisho ukuthini
Nanti esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Kushiyisana ukuthi anjani lamanzi esiziba osiphuphileyo, ukuba siyosabeka kusho into embi ohlangene nayo empilweni, ukuba sizothile siyabukeka kusho kuthi uyabizwa emanzini kumele uyakwamkela isiphiwo sakho.
Cela ukwazi ngo Ndlangisa noMiya?
ONdlangisa phela ngoDuma, bheka nazi izithakazelo zakwaDuma: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwaduma/
UNdlangisa NoMiya ngabantu abanye koko ngamawele abasuka kumhlaba wakwaZulu bebalekela imfazwe yeMfecane
Ngamawele,ngonyana baka Sijekula
Amawele amabili ahamba ngezindlela ezimbili u Miya No Ndlangisa.
Siyezwa “Mabhingcel’ ehlangeni amany’ amadod’ ebhingcel’ ezindlin”. Kodwa ngazukuthi kukhona ofuna ukusitshela khona “Sikhaban’ esakhab’ uVezi ngezinyawo”, sizekele phela indaba yamawele oMiya noNdlangisa – emlandwini kuthiwani kwenzakalani?
From my resurch, they were twins fighting for the throne while their father was still alive. That upset our granddad , so he sent them packing . One went to the E.C nd the other went in hiding around KZN , hoping to be the first to get to the throne when their father passed .
Ngokwe thakazelo noma nangama siko abawalandelayo
Ndicela ukwazi uMiya udibana njani noNdlangisa
Miya and dlangisa are twins , that couldn’t stand each other cos , of the throne!!!
Ngicela ukwazi ngomlando wakamiya
Miya
ndicela imvelaphi yesibongi sakwa miya.ndicela nemvelaphi yale fani yakwa August