isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Maphanga

Maphanga,
Mnguni,
Qwabe,
Gumede womzansi wena wase Hlonyane
Ntabankulu
Sgubudu
Matshelakayitshelwa magqimuza umuntu ngewisa kungabi ndaba zalutho
Wena maqala ngezinja igcine ebantwini
Nsele
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kuyikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

Leave a Reply