isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Izithakazelo zakwa Malinga

Malinga,
Mcusi waseNdlunkulu
Odla axakathise, abeke phantsi kwentaba
Akuvalwa kule ntaba kuvalwa ngamakhanda amadoda
Malinga,
Zindela,
Gumakhulu,
Mlotshwa!

Uyazazi izithakazelo zakho noma ezomunye? Zikfake lapha!

4 thoughts on “Izithakazelo zakwa Malinga”

  1. Thina sithakazela sithi

    Malinga Gumakhulu Leleko woMlotshwa Mnyambu Qhukama koPhathwa akuvalwa ngomvalo kuvalwa ngamakhanda wamadoda mahle amaQhukama mawaya ebandla ayakhethana

    Reply
  2. Ey mina ngazi ezithi Malinga zindela sigudu mcokama mbambonye zingaba mbili ziphuma kabo nina wena owalinga isihlalo sobukhosi zakwa mzizi

    Reply
  3. oMalinga abafani can you do the differentiation some day. ngobacngona uMalinga lo ongu Hlanguza u Mdladla, uLwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona eziphapha phezulu.

    Reply
    • Yebo..Sithabile ngingu Malinga Hlanguza mina wase Standerton..omkhulu badaduka Charlestone baya kokwakha Newcastle…obaba bazalwa ngu Mdlazibi…we are proudly Hlanguza s

      Reply

Leave a Reply